Ngabe abantu abalegcikwane lengculaza basengozini enkulu ye - COVID-19?
Ubufakazi bamanje butshengisela ukuthi i - HIV ayiyona ingozi ye - COVID-19 enkulu kulezinye izifo, ezinjenge High Blood Pressure, isifo senhliziyo, isifo samaphaphu, iCancer, isifo setshukela, noma ukuba leminyaka ethile yokuzalwa.
Kunjalo, abantu abalegciwane leHIV abalesimiso sokuzivikela komzimba esibuthakathaka bangaba sengozini enkulu futhi kufanele bathathe amanyathelo engeziwe zokuvimbela izifo ezithathelwanayo. Lokhu kuhlanganisa abantu abale:
Indlela engcono kakhulu yokuhlala uphilile yikusebenzisa kahle imithi emelana legcikwane legculaza.
Abantu abalegcikwane lengculaza bangayilungiselela njani i - COVID-19?
Abantu abalegcikwane leHIV kufanele balandele iseluleko esivamileyo sokuvimbela i - COVID-19. Lokhu kuhlanganisa ukugcina ibanga lemitha elilodwa ukusuka kwabanye, ukugeza izandla njalo njalo, ukugqoka iMask , lokulandela noma yiphi eminye imithetho noma iseluleko sendawo.
Nxa ule - HIV, ungathatha izinyathelo ezengeziwe zokuvikela impilo yakho ngalesi sikhathi:
1. Kufanele ugcine amaphilisi azakwanela izinsuku ezingamatshumi amathathu usekhaya (ikakhulukazi izinyanga ezintathu).
2. Qiniseka ukuthi uhlatshwe wonke amaVaccines adingekayo
3. Yazi ukuthi ungathintana kanjani lezisebenzi zempilakahle ezisendaweni yakho nanoma yibaphi abasekeli babontanga ngocingo noma ngomlayezo.
4. Hlela uma ugula futhi kudingeka uhlale ekhaya, hlanganisa indlela ozathola ngayo ukudla lemithi noma uthintane labezempilakahle.
5. Hlala uphilile ngokudla kahle langokuqinisa umuzimba.
6. Nakekela impilo yakhoe ngokwengqondo. Xhumana labangane labemuli ngocingo futhi uthole ukusekelwa okwengeziwe nxa usizwa ukudinga.
Ingabe i-COVID - 19 ingadluliselwa isuka kumama isiya emntwaneni?
I - COVID-19 ingadluliselwa kusuka isuka kumama isiya emntwaneni ekubeletheni, kodwa akuvamanga ukwenzakala kakhulu.
Abesifazane abazithwelwe kufanele baqhubeke belandela iseluleko sokuvikela futhi badinge ukwelatshwa ngokuphangisa nxa belezitshengiselo ze - COVID-19.
Izinzuzo zokumunyisa umntwana ziyedlula noma yiziphi izingozi zokudlulisela i - COVID-19 emntwaneni. Omama abale - COVID-19 bayakhuthazwa ukuba baqhubeke bemunyisa nxa nje bezizwa belamandla ngokwanele ukuba benze kanjalo.
Nxa uleCOVID-19 unganciphisa ingozi yokudlulisela emntwaneni ngesikhathi sokumunyisa ngoku:
1. Qgoka iface mask
2. Ukugeza izandla phambili langemuva kokumunyisa
3. ukusebenzisa ithishu ukuvala umlomo wakho nxa kudingeka ukukhwehlela noma uthimule (lahla ithishu ngokuphangisa ngemva kwalokho futhi ugeze izandla zakho).
Ngabe kufanele ngigqoke iFace Mask emphakathini?
I-World Health Organisation ikhuthaza ukuthi abantu bagqoke imaski lapho behlangana labantu abangasibo malunga emuli yabo:
Kusiya ngendawo okuyo kungaba leminye imithetho edinga ukuthi ugqoke imaski kwezinye izimo ezithile. Qiniseka ukuthi uyazi ukuthi okukhuthazwayo yikuphi lapho ohlala khona ukuze ukulandele.
Isizatho esikhulu sokugqoka imaski yikuvikela ukuthi ungadlulisi i-COVID - 19. Abantu bangadlulisa i-COVID - 19 noma bengelazo izitshengiselo. Ukugqoka imaski, okuhlangene lokungabi duzane labanye abantu, kuyasiza ukumisa i-COVID - 19 ekumemethekeni
Noma kunjalo nxa ule-COVID -19 kumele uhlale ekhaya uzehlukanise labanye abantu, ukugqoka iMask kodwa akwanelanga
Yiyiphi imihlobo yamaFace Mask elungele kakhulu ukuvikela ukumemetheka kwe - COVID-19?
Kulemihlobo emibili yamaFace masks: iMask yelembu (ungakwanisa ukuzilungisela) lamaMask asetshenziswa ekuyelapheni (lawa malutshwane futhi kufanele agcinelwe izisebenzi zempilakahle). Uhlobo lwemask elikufanelayo luya ngokuthi ungubani kanye lohlobo lwengozi obhekane layo
AmaMask ezokwelapha angavikela owagqokileyo ekutholeni i - COVID-19, kodwa kufanele kuhlanganiswe lezinye izinyathelo zokuphepha, ezigoqela ukugeza izandla njalo lokuzihlukanisa kwabanye
AmaFace mask elembu atholakala kalula, ungawalungisa wena ngokwakho. Lawa mamask afanele ukuba abantu abaphile kahle bawagqoke ezindaweni zomphakathi. Ayavimba ukuba udlulisele leligciwane nxa ule - COVID-19 kodwa awukwazi lutho futhi awulazo izitshengiselelo. AmaFace mask awavimbeli (ogqokayo) ekutholeni i - COVID-19, ngakho qiniseka ukuthi ugcina ezinye izinyathelo – ukungabi duzane labanye lokugeza izandla zakho ukuze unciphise ingozi yakho yokuthola i - COVID-19.
Ngiyisebenzisa kanjani iFace mask ngokuphepha?
Ama Face mask kufanele asetshenziswe kanye lezinye izinyathelo zokuphepha, okuhlanganisa ukugcina ibanga eliphakathi kwakho labantu ongahlali nabo, ukugeza izandla kanye lokulinganisela ukuxhumana kwakho labanye.
Ukuze iFace mask iphumelele kudingeka ukuthi ingaxegi kakhulu. Kufanele ivale amakhala akho, umlomo lesilevu futhi kufanele ukwazi ukuphefumula kalula lapho uyigqokile.
Nansi iseluleko esithile sendlela yokusebenzisa iface mask ngokuphumelelayo:
Ungahlanganisi iFace mask yakho lazabanye abantu. Nxa ungayigqoki, ibeke phakathi kwesikhwama sepulasitiki esivalekayo. Nxa kungenzeka kufanele uwatshe iFace mask yakho, yenza lokhu emanzini atshisayo futhi alesepa ekupheleni kosuku lunye ngalunye
Kuyini impompi yeTippy Tap futhi ngingayenza kanjani?
Impompi yeTippy Tap ngumtshina olula ongakusiza ukuba ugeze izandla zakho ngamanzi. Usebenzisa impompi ngonyawo lwakho, ngakho akudingeki ukuba uthinte noma yiziphi izibambo lapho amagcikwane lalokho okubangela imikhuhlane kungaphila khona. Unyathela ngonyawo, futhi amanzi athela ezandleni zakho.
Kulula ukuwenza la macebiso futhi ayindlela engcono kakhulu yokugeza izandla nxa ungelawo kalula amanzi agelezayo noma impompi.
Kulezindlela ezitshiyenewo zokwenza impompi yeTippy Tap. Ukuze uthole izinto eziyisisekelo ozazidinga:
Ukuze uthole iziyalezo ezigcweleyo ekwenzeni impompi yeTippy Tap, bheka lokhu umqondisi.